Repository logo
 

Ingcindezelo engokobuhlanga njengoba ivezwa ubucikomazwi besiZulu.

dc.contributor.advisorSibiya, Nakanjani Goodenough.
dc.contributor.authorMyeza, Mthokozisi Christopher.
dc.date.accessioned2020-04-09T17:06:10Z
dc.date.available2020-04-09T17:06:10Z
dc.date.created2018
dc.date.issued2018
dc.descriptionDoctoral Degree. University of KwaZulu-Natal, Pietermaritzburg.en_US
dc.description.abstractLolu cwaningo lubheka ingcindezelo ngokobuhlanga emibhalweni yobucikomzawi besiZulu ebhalwe ngesikhathi sobandlululo nangesikhathi senkululeko eNingizimu Afrika. Lucwaninga indikimba yengcindezelo emibhalweni yeminxa eyahlukene luveze ukuthi ababhali bathi kwakuyiziphi izinto abansundu ababecindezelwa kuzo, imaphi amasu ayesetshenziswa ukubhala leyo mibhalo kanye nezinhloso zokubhalwa kwayo. Ngale kokuveza izinto le mibhalo ezidingidayo, lolu cwaningo lubuye luveze namasu asetshenzisiwe ukubhala lolu hlobo lwemibhalo ngesikhathi lapho umbuso wengcindezelo nobandlululo wawukwenze kwaba nzima khona kubabhali ukuba babhale ngokukhululeka. Luphinde luveze isibindi nobuchule bababhali ekubhaleni imibhalo enendikimba zengcindezelo ngokobuhlanga. Lolu cwaningo lusebenzisa ithiyori yeMaksizimu (Marxism). Le thiyori izolekelela ekwenzeni lolu cwaningo ngokubheka ubudlelwane phakathi kwale mibhalo kanye nesikhathi ebhalwe ngaso, ikakhulukazi ekuhlaziyeni isimo senhlalo esasibhekene nabansundu ngaphansi kwengcindezelo engokobuhlanga. Inhloso yalolu cwaningo ngukuchitha imibono yabanye abacwaningi ababopha ngabhande linye imibhalo yesintu, bethi ayikwazanga ukuveza impilo yabantu abansundu ngezikhathi zobandlululo; ayishongo lutho ngobuhlungu, usizi, ukuhlushwa nokubandlululwa kwabantu ababecindezelwe. Luveza okwakwenzeka ngaleso sikhathi nokuthi abantu abansundu bathwala kanzima kangakanani.en_US
dc.description.notesEntire thesis is in isiZulu. No translation of thesis available.en_US
dc.identifier.urihttps://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/17892
dc.language.isoenen_US
dc.subject.otherUbuhlanga.en_US
dc.subject.otherIngcindezelo.en_US
dc.subject.otherMaksizimu (Marxism)en_US
dc.subject.otherUbadlululo.en_US
dc.subject.otherUbucikomazwi.en_US
dc.titleIngcindezelo engokobuhlanga njengoba ivezwa ubucikomazwi besiZulu.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Catalogued – NOT ON RS (AR—24-01-2020) – Myeza_Mthokozisi C_2018.pdf
Size:
1.38 MB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
Myeza_Mthokozisi Christopher_2018.pdf
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: