Repository logo
 

Isizinda nendikimba yobugebengu emibhalweni engamanoveli : ‘Kuyoqhuma nhlamvana’, ‘Igazi lezibi’, ‘Ayikho impunga yehlathi nethi Inkinsela yaseMgungundlovu.

dc.contributor.advisorNgcobo, Tholakele Ruth.
dc.contributor.authorMshengu, Zinhle Mildred.
dc.date.accessioned2021-10-18T15:55:06Z
dc.date.available2021-10-18T15:55:06Z
dc.date.created2020
dc.date.issued2020
dc.descriptionMasters Degree. University of KwaZulu-Natal, Pietermaritzburg.en_US
dc.description.abstractUbugebengu buyinto esihlukumezayo sonke njengomphakathi owakhele izindawo ezahlukene. Kuyenzeka busihlukumeze ngqo noma bahlukumeze labo esisondelene nabo kanti ziningi nezizathu zobugebengu. Ababhali baye bahlale imibhali eyahlukene ukufundisa kanye nokuqwashisa ngobugebengu. Lolu cwaningo luphenya ngomthelela wesizinda ebugebengwini obutholakala emanovelini anendikimba yobugebengu. Inhloso yalolu cwaningo ukuphenya kabanzi ukuthi isizinda; indawo, inkathi kanye nesimo senhlalo sinamuphi umthelela ebugebengwini obahlukene obutholakala emanovelini esiZulu amane anendikimba yobugebengu. Okunye okuhloswe yilolu cwaningo ukuhlola ukuthi ababhali bayethula kanjani indikimba yobugebegu. Lolu cwaningo luphinde luhlaziye ngokuthi yiziphi izimbangela nomphumela wobugebengu. Ucwaningo luqutshwe ngokusebenzisa indlela yokuqhuba ucwaningo ye-interpretive kanye nendlela yekhwalithethivu. Ulwazi luqoqwe emanovelini amane esiZulu anendikimba yobugebengu. Imiphumela yalolu cwaningo iveza ukuthi yinkulu indima edlalwa yisizinda ebugebengwini kodwa ngezindlela ezingafani. Lokhu kuqinisekiswe yimiphumela yokuqathaniswa kwamanoveli asetshenzisiwe kulolu cwaningo.en_US
dc.identifier.urihttps://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19838
dc.language.isootheren_US
dc.subject.otherZulu novels theme.en_US
dc.subject.otherZulu novels.en_US
dc.subject.otherInkinsela yaseMgungundlovu.en_US
dc.subject.otherIgazi lezibi.en_US
dc.subject.otherAyikho impunga yehlathi.en_US
dc.subject.otherKuyoqhuma nhlamvana.en_US
dc.titleIsizinda nendikimba yobugebengu emibhalweni engamanoveli : ‘Kuyoqhuma nhlamvana’, ‘Igazi lezibi’, ‘Ayikho impunga yehlathi nethi Inkinsela yaseMgungundlovu.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Mshengu_Zinhle_Mildred_2020.pdf
Size:
2.08 MB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: