Repository logo
 

Izindikimba nokuvezwa kwabalingiswa besifazane kweminye imibhalo yesiZulu ebhalwe ngababhali besifazane ngemuva kwesikhathi senkululeko.

dc.contributor.advisorZwane., Celani Lucky.
dc.contributor.authorMkhize, Gloria Khumuzile.
dc.date.accessioned2023-09-16T06:07:10Z
dc.date.available2023-09-16T06:07:10Z
dc.date.created2023
dc.date.issued2023
dc.descriptionMasters Degree. University of KwaZulu-Natal, Pietermaritzburg.en_US
dc.description.abstractKulolu cwaningo bekubhekwa ukuvezwa kwabalingiswa nezindikimba okubhale ngazo ababhali besifazane emibhalweni ethize yesiZulu. Umcwaningi uqoke izincwadi ezibhalwe ngababhali besifazane baseNingizimu Afrika. Kuvelile izindikimba ezivela kakhulu emibhalweni yabhali besifazane okuyindikimba yothando, yokuhlukunyezwa, yokukhulisa izingane ngabodwana neyokwesweleka kwemisebenzi. Lezi zindikimba zivela kuzona zonke izincwadi eziqokiwe nokwenze umcwaningi abone ukuthi zibathinta kanjani abantu besifazane njengoba kubhalwa kakhulu ngazo. Umcwaningi uphinde waveza abalingiswa besifazane lapho bevezwa ngababhali besifazane. Kulokho okugqamayo ukuthi eminingi imibhalo ebhalwe ngabesilisa ibingakuvezi ubuqiniso lapho yethula umlingiswa wesifazane bekuba into abayikhanda ngendlela nangeso lomuntu wesilisa kungekho ukujula njengalapho ebhekwa ngowesifazane. Lolu cwaningo lube nayo impumelelo njengoba umcwaningi ekwazile ukujula kulezo zingqikithi abeqoke ukugxila kuzona ocwaningweni lwakhe.en_US
dc.identifier.urihttps://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/22274
dc.language.isootheren_US
dc.subject.otherFeminizimu.en_US
dc.subject.otherWumanizimu.en_US
dc.subject.otherFemale writers.en_US
dc.subject.otherPortrayal of female characters.en_US
dc.subject.otherDemocracy.en_US
dc.titleIzindikimba nokuvezwa kwabalingiswa besifazane kweminye imibhalo yesiZulu ebhalwe ngababhali besifazane ngemuva kwesikhathi senkululeko.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Mkhize_Gloria_Khumuzile_2023.pdf
Size:
876.27 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: